Page 11 - Impendle Mirror Demo Community Newspaper
P. 11

03 DEMO NEWSPAPER Impendle Mirror -  Iphephandaba lomphakathi  04—17 December 2017 : Izindaba DEMO
                                                           IMPENDLE MIRROR      DEMO NEWSPAPER          NOT FOR SALE












         Sibuka impilo yezaguga emakhaya kwelakithi


         Ibhayibheli lithi ohlonipha uyihlo nonyoko ukuze izinsuku zakho zibe zinde ezweni. Isintu sithi indlela ibuzwa

         kwabaphambili, kanti isizwe esingenampunga sifile. Izingcitha buchopho zithi umuntu osemdala, osempunga
         wazikabanzi ngempilo, yomuntu. Akukhathaleki ukuthi wena uhlakaniphe kangakanani, noma ufunde kuphi

         wathola ziphi iziqu. Kodwa umuntu osempunga wazi kangcono kunawe wena omncane. Kubalulekile ukuthi
         sibazise abantu abadala abakhulile, sibahloniphe.  Ukuze sikhule siphumelele empilweni.  Ake sizwe

         umphakathi ukuthi uthini ngalesi sihloko esikhuluma ngaso.



         Ugogo uhlala yedwa,           ugogo eholile yibo aba-        nanokuthi akukho yini          mina ngiyamthanda              pho, ongithandayo. Mina

         akanakiwe                     yothenga igrosa baphin- akudingayo ngimenzele                 uma wami. Ngeshwa ub- umkhwe wami

         Ayingiphathi kahle le         de benze amakhanda             khona. Kwesinye isikha- aba usadlula emhlabeni.  ngiyamgeza, ngimgcobe
         ndaba yokuthi ugogo           ngale mali. Kumanje            thi ngiye ngimlekelele            D Nkosi—Emadiphini  kahle, ngimgqokise
         uzele, unamadodana            ugogo usenezikweletu la  ngimgeze emhlanema                                                  ntambama uma sengi-
         asebenza kahle futhi          komakhelwane. ma sim- ezizwa engaphilile kahle.                                              buya emsebenzini. Sen-
         azekile, kodwa awam-          buza ugogo uthi imali          Ngalolo suku.futhi             Umzukulu wami akez-            gazitshela nje ukuthi
         nakile ugogo. Ngikhu-         ithathwa oXXXXX                ngiyazinika ithuba             wa                             kungumthwalo wami.
         luma nje  ugogo walapha       bathenge imphuphu              lokuthi ngihlale naye ma  Ay, ay, hay…                        Angisenaye owami uba-
         ngasekhaya uhlala yed-        namazambane noshuke- ngingebhizi sixoxe naye  ngikhathele kabi yilezi                        ba ongizalayo, sekungu-
         wa akanakekelekile.           la. Bese kuthi le enye         kube kuhle.                    ngane ezingafuni uku-          ye lo ozala umkami.
         Kanti useye asizwe ngu-       bazithengele izinto zabo          S T W Zondi—Enguga  lalela. Kungcono                             G B Zulu—eNzinga
         makhelwane, nami nge-         zokugcoba nokuluka                                             zihambe ziyohlala

         linye ilanga ukuyomlan-       amakhanda abo.                                                 nonina. Umzukulu wami
         dela amaphilisi ecliniki.     Okungidina kabi ukuthi  Ngiyamthanda umama  akangazi noma
         Kubuhlungu kabi uku-          u ssssssss uyadelela           wami                           ngingubani kuye. Akez-
         bona umuntu omdala            akamhloniphi ugogo             Eyi mfethu kunzima             wa, uhlaza futhi un-
         enganakekeliwe kanje.         wakhe.                         nokho, nami angihlali          enkani akakhuzeki.
                                        C N Dlamini—eCome &  noma ngenxa yomseben- Kungcono kona ngihlale
             P N Ngcobo– Esimilo                                 See   zi. Sengiye ngibuye ma-       ngedwa ngihlupheke
                                  Bar                                  kuphele inyanga. Na-          kanje.
                                        Umkhulu ngiyam-               masenti awekho kahle           B Ndlela—Kwafikesuthi

         La mantombazane eba  nakekela                                njengoba ngenza um-
         imali yempesheni ka-          Mina ngihlala nom-             sebenzi wobusecurity.          Umkhwe wami usefana
         gogo                          khuluwami ozala ubaba.  Nokho ngiyazama ukuh- nengane yami
         La ngakithi kunaman-          Nokho akasakwazi               langanisa amasenti kuze  Ngiyamnakekela um-
         tombazane amabili ahla- ukuzenzela izinto ezi-               ngiqedele ukulobola            khwe wami. Uyazi
         la nogogo wawo. Lena          ningi. Ngakho-ke  mina         khona uma ezokwazi             mfwethu ngibonga yena
         endala ilinganiselwa          mangibuya esikoleni            ukuba nomalokazana             ngalomfazi enginaye

         ku22 weminyaka. Lo            ngiye ngimbheke um-            azolekelelana naye. Uya- laph’ ekhaya.umkhwe
         omncane, ngithi  cishe        khulu wami ukuthi              zi mfethu abazali bayis-       wami wangakhela umfa-
         una 16 kumanje. Uma           ugcineke kahle yini            ibusiso esikhulu kabi          zi onentobeko nenhloni-
   6   7   8   9   10   11   12   13   14   15   16